Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Sihalalisela u-Siqiniseko Mpontshane ongumfundi wase Mandla Mthethwa School of Excellence ophume isibili kumncintiswano obubanjelwe e-Indonesia.
VABS

#UkhoziFMVABS #VABS #UkhoziFM #AfrikaYami #30YearsOfDemocracy
account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Isikhathi lapho sibona abantu abaningi bethweswa iziqu ezahlukene, siyanihalalisela nonke ngokubekezela kwenu nize nifike kulelizinga. Omunye walaba abathweswe iziqu umlingisi u-Amina Jack esasimazi ngokudlala indawo ka Thokozani Zungu emdlalweni Isibaya.

#UkhoziFMVABS #VABS
account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Ezweni Sakhile ngo-07:44

Sidingida udaba oluthinta abashadikazi asebencamele ukuhlukanisa ngoba bethi kunokugxambukela kuka mamezala. Sikhuluma no Manqoba Mkhwanazi sizobuye sikhulume nomkakhe uSphiwe Mda.

Buthini ubudlelwano bakho nabantu basemzini?

- (Whatsapp - 071 613 666 7)

Siphuma kwisonto elaziwa njenge Mental Health Awareness Week lapho siqwashiswa khona ngokubaluleka kokunakekela isimo sakho somqondo. (13 May-19 May 2024).

Ngokwazi kwakho Dado yini i-stress, kanti sibangwa yini?

#SivukaNodado - (Whatsapp - 071 613 666 7)