Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profileg
Ukhozi FM Official 📻

@ukhozi_fm

The station with over 7.6 Million Listeners. Ukhozi FM - Luhamba Phambili! 90.1-107.4FM

ID:543285429

linkhttp://www.ukhozifm.co.za calendar_today02-04-2012 07:39:13

97,3K Tweets

464,8K Followers

2,1K Following

Follow People
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

- Sicela usithumele iVN-071 613 66 67 usixoxele ngalokhu okusemqondweni nasenhlizweni yakho, okungenzeka akulula ukukusho kodwa uma uthi ‘ngicela ukungazisho’ kuphimiseka kangconywana.

account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Asisabalale Ngolwazi no- @NcoDube

Isihloko: Umthetho weBasic Education Laws Amendment owaphasiswa yiPhalamende. Sibheka ukuthi uyini futhi usithinta kanjani?

WNB

Asisabalale Ngolwazi no- @NcoDube Isihloko: Umthetho weBasic Education Laws Amendment owaphasiswa yiPhalamende. Sibheka ukuthi uyini futhi usithinta kanjani? #UkhoziFMWNB #WNB #UkhoziFM #30YearsOfDemocracy #AfrikaYami
account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Bambelela Siyajika!

Wena uthi kumuphi umshayeli namhlanje? Kungaba umshayeli wetekisi, webhasi, webhanoyi, westimela njll.

Sibhalele khona la noma usithumele iVN-079 754 6975.

WNB

account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo



Namhlanje noNomcebo Sithole sikhuluma ngeGenerational Gap emsebenzini, neqhaza elibanjwa abaphathi ukulekelela abantu abazalwa ngezikhathi ezingafani ukuthi besebenzisane kahle.  

account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

Emsebenizini owenzayo, uyazizwa ukhululekile ukukhuluma nomphathi wakho ngezinto ongazithandi khona? Ingabe awuthandi indlela akaphethe ngayo? Noma akakhuluma ngayo/unomsebenzi oyintandokazi ophathiswa okweqanda?

account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

IVuma Musical & Projects Organisation For The Disabled Youth and Children yethula ngokuziqhenya iSiyakaz’ukwenza Africa Music Festival.

🗓️ 25 ku-Nhlaba 2024
📍Soweto Elkar Stadium

Ungaphuthelwa

IVuma Musical & Projects Organisation For The Disabled Youth and Children yethula ngokuziqhenya iSiyakaz’ukwenza Africa Music Festival. 🗓️ 25 ku-Nhlaba 2024 📍Soweto Elkar Stadium Ungaphuthelwa #Siyakazukwenza
account_circle
Ukhozi FM Official 📻(@ukhozi_fm) 's Twitter Profile Photo

[Ukhozi FM TV] Sikhuluma ngokujuluka ngokweqile noma ngokwedlulele okwaziwa njenge hyperhidrosis

Ukubukela lesiqephu ngena ku youtube.com/watch?v=AhPBO0…

account_circle